Woh....
Wongilinda ubamb'isandla sami
Ubumnyama sebungilahl'ehlane
Kodw'ukhunya kwelanga nesimanga senyanga
Sekufana nephupho kimi
Aw izinhlungu zingikhiph'izinyembez'ezingapheli
Amathemba ami okufihlakele kombulwa (Nginik'isikathi ungangilahli)
Izifiso zami okushabalele kombulwa (Yiba nesineke kimi)
(ube yisibane, wongilinda ubamb'isandla sam)
Oohh. (Woh..)
Uma ngiphelelwa ngamandla ngimbathise
Ngiyanxusa yiba yisibane sam,
Ungikhanyisele
Uma ngiphelelwa ngamandla ngimbathise
Ngiyanxusa yiba yisibane sam,
Ungikhanyisele
Uma ngiphelelwa ngamandla ngimbathise
Ngiyanxusa yiba yisibane sam,
Ungikhanyisele
Uma ngiphelelwa ngamandla ngimbathise
Ngiyanxusa yiba yisibane sam,
Ungikhanyisele
Uma ngiphelelwa ngamandla ngimbathise
Ngiyanxusa yiba yisibane sam,
Ungikhanyisele
Uma ngiphelelwa ngamandla ngimbathise
Ngiyanxusa yiba yisibane sam,
Ungikhanyisele
Uma ngiphelelwa ngamandla ngimbathise
Ngiyanxusa yiba yisibane sam,
Ungikhanyisele
Uma ngiphelelwa ngamandla ngimbathise
Ngiyanxusa yiba yisibane sam,
Ungikhanyisele
Amathemba ami okufihlakele kombulwa
Izifiso zami okushabalele kombulwa
Amathemba ami okufihlakele kombulwa
Izifiso zami okushabalele kombulwa
Amathemba ami okufihlakele kombulwa
Izifiso zami okushabalele kombulwa (OHH)
Woh....