Oko ngahlangana nawe
Nawe sthandwa sam
Seyize yaphola yaphola inhliziyo yam
Oko ngahlangana nawe
Nawe sthandwa sam
Seyize yaphola yaphola inhliziyo yam
Nakuwe ngicela makubheda
Ubokhumbul ukuthi
Nami nginay' nami nginay' inhliziyo
Nakuwe ngicela makubheda
Ubokhumbul ukuthi
Nami nginay' nami nginay' inhliziyo
Ngicela ukuthi nakuwe dali
Nomak'theni ngisho nomakunjani
Ngeke ungijikele ngeke ungijikele
Ngicela ukuth nakuwe dali
Nomak'theni ngisho nomakunjani ngeke
Ungijikele, ngeke ungijikele
Ngoba sekdala ngifunana no thando
Bengidlala abantu beng'phul inhliziyo
Ngoba sekdala ngifunana no thando
Bengidlala abantu beng'phul inhliziyo
Kodwa oko ngahlangana nawe nawe sthandwa sam
Seyize yaphola inhliziyo yami
Oko ngahlangana nawe nawe sthandwa sam
Seyize yaphola inhliziyo yami
Nakuwe ngicela makubheda ubokhumbul ukuthi
Nami nginayo
Nami nginayo inhliziyo
Nakuwe ngicela makubheda ubokhumbul ukuthi
Nami nginayo
Nami nginayo inhliziyo
Yeah yeah
Bayakhuza abantu manje we malovey
Kade babezibuza ukuthi ngiyophelelaphi
Mabancame ngoba manje ngiphethe ungqo wothando
Kanti wena muntu wami ubukephi
Kunini ngifunana nawe we lovey
Beng'dlala abantu
Beng'dlala abantu yeah yeah
You are my number one
You are my number one
You are my number one
My number one we ma love(o)
You are my number one
You are my number one
My number one we ma lov(o)
Ngoba oko ngahlangana nawe
Nawe sthandwa sam seyize yaphola yaphola inhliziyo yami
Oko ngahlangana nawe nawe sthandwa sam
Seyize yaphola yaphola inhliziyo yam
Nakuwe ngicela makubheda
Ubokhumbul ukuthi
Nami nginayo, nami nginayo inhliziyo
Nakuwe ngicela makubheda
Ubokhumbul ukuthi
Nami nginayo, nami nginayo inhliziyo